Usola ukuthi uthengelwe izinkabi ukuba zizombulala umndeni wowesilisa oyilungu leSikebhe odutshulwe wafa esemzini wakhe oQaqeni KwaMaphumulo ngoLwesine. UMnuz Thulani Mhlongo (69) kuthiwa uhlaselwe ...
NGEMUVA kokuthola esinye isibhaxu imidlao ilandelana, umqeqeshi weKaizer Chiefs, uCedric Kaze, uvumile ukuthi leli qembu libhekene nesimo esinzima kwehliswe umoya ukuze kutholakale isisombululo.
IBANYANA Banyana yehlulekile ukuqeda ishobolo leminyaka lokwehlulwa kowamanqamu eCosafa Women's Championship iguqiswa ...
KUKHONA nabasemazweni angaphandle ezinkulungwaneni ezinenkani yesele ezihlala emgwaqweni yasedolobheni eThekwini ...
YIZE izibalo zokudunwa kwezimoto zehlile ngekota yokugcina ka-2025 uma kuqhathaniswa nesikhathi esifanayo ngo-2024 kodwa ...
Laba ababili ngaphambilini kuvelile ukuthi bazama ukufaka isicelo sebheyili kodwa inkantolo yabachitha ikhala ngezizathu zabo ...
ZIYAQINA izindaba zokuthi usuphelile umshado kaMengameli weqembu lezepilotiki, i-Economic Freedom Fighters, uJulius Malema ...
Ngaphambi kokuthi kubulawe uKhamenei, i-Iran ibikade ihlasele izikhungo zamasosha aseMelika ezisemazweni angomakhelwane bayo, okubalwa kuwo i-United Arab Emirates, Qatar, Saudi Arabia namanye.
Kusele dengwane abagibeli kwaphazamiseka nokuhamba kwezindiza esikhumulweni esimatasa emhlabeni iDubai International Airport ngenxa yokuvalwa thaqa kwaso namuhla kulandela ukuhlasela kwe-Israel ...
AMACIKO ikakhulu lawo abhala futhi ahaye izinkondlo azothola ingqayizivele yethuba lokubhoboda ngakho konke okuwahlupha ...
UPhuti Mohafe oqeqesha iPolokwane City, akayiboni izowina iligi i-Orlando Pirates esesicongweni se-log yeBetway Premiership ...
Isithombe sesonto UXOLISILE "Xoli" Mfeka yintokazi yasePinetown edume kakhulu ngokulingisa eziqeshini zocansi (pornstar) ezikhonjiswa ezinkundleni zokuxhumana Image: FACEBOOK ...